yini usondeza
Sondeza umuthi uyasebenza uma uthaka umuthi wemali uyathakwa neminye imithi efana no gelegele umuthi, nhlanhlemhlophe umuthi, iletha umuthi kanye neminye imithi
Sondeza umuthi okwazi ukuwuthaka neminye imithi wenze umuthi wenhlanhla yemali , sondeza uyangena futhi emithini yokuthi ibusiness lakho lihambe kahle ngokukhulu ukushesha, uthakwa neminye imithi.
inhlanhla ye mali ayikho kuwe iphelisa okwamanzi achitheka
futhi ufake imali ekhanyayo phakathi ucele imali kuthi ihlale.
Uthathe leyomali ekhanyako uyiphe ingane izovuleka inhlanhla yemali.
Sondenza umuthi uses:
- umuthi uletha imali
- izingcabo zemali izinhlanga
- izingcabo zothando izinhlanga
- umuthi uletha izinhlanhla
- umuthi uletha abantu kwi business lakho
umuthi wokudonsa imali
Izingcabo sokudonsa imali or uhlanga lwemali ake silenze ,
uyakwezi futhi lomuthi ukuwenza intunyiso yokudonsa imali uyayenza usebenzisa usondeza ukuze imali isondele kuwena.
- Khokhela
- Rolsina
- Sondeza
- Mafutha enhlwathi
- [amanye amafutha la]
Isoka lakho noma intombi isihambela kude lena ayisakunaki,
futha, phalaza, geza ngo SONDEZA umubize esifuthweni kuthi abuye kuwe uzobuya asondele nomikanjani.
ukubuyisa intombi eyakushiya ngosondeza
Iyabuya yini intombi eyakushiya ngosondeza?
Ake senze isiphephetho sokubuyisa intombi eyakushiya.
Thatha lemithi elandelayo uyigxobe uyihlanganise ukhafule udali wakho owakushiya:
MMEMEZI OMHLOPHE, ABAPHAPHI,UZIBUTHE IKHUBALO, ZIFUNELE,MMEMEZI OBOVU,UMUSA, UMUNYU , ZULA AZE AYITHOLE, MZANENO,SONDEZA, MKHAPHA LANGA, SEHLULA MANYE, MTHUNYELELWA, ABANQONQOZI, ABAKHONGI,MHUNGULO,
WOZA WOZA, UNGINAKILE, MLOTHA WAMA NDIYA, MOYA WEZWE.
ukuphupha uSondeza
Amaphupho ngomuthi uSondeza ,
kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi uSondeza ?
ukuphupha umuthi uSondeza ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi,
nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |